Azinahlonze izibalo zakuleli - Umbiko

2012-11-01 12:31

Johannesburg - Izifundo zesayensi nezibalo zakuleli azishayi khona njengoba iNingizimu Afrika ibe semsileni emazweni angu-62 enhlolovweni yeWorld Economic Forum.

Lo mbiko ubeke leli lizwe kunombolo 54 uma kuziwa ngasekubhaliseleni ukungena ezikhungweni zemfundo ephakeme - ngemuva kweNdiya, kodwa yahlula iMorocco, Ghana, Bangladesh, Nigeria, Pakistan, Kenya neTanzania.

Leli lizwe lilale unombolo 28 kuyona yonke imikhakha, kanti belihamba phambili esifundeni iSub-Sahara.

Kule ngqungquthela kuphinde kwabhekwa nokuthuthukiswa kwemali, nokuxhumana nokuthuthukiswa komnotho, intela, izimali zokwenza ibhizinisi nokunye.

Lo mbiko ukhishwe ngoMsombuluko.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kulimale abasolwa bedubulana namaphoyisa

Emizuzwini eyi-18 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-26°C Morning clouds. Mild. Pta: 20-31°C Heavy rain. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 16-24°C Numerous showers. Afternoon clouds. Mild. Bloem: 16-26°C Showers late. Afternoon clouds. Warm.
Dbn: 20-23°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. PE: 18-23°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...