Ayize noguquko iMangaung - Cosatu

2012-12-13 16:36

Johannesburg - Ingqungquthela ye-African National Congress ezobanjwa eMangaung ngasekupheleni kwesonto, kumele ize noguquko, kusho umfelandawonye wezinyunyana iCosatu.

"Izwe libhekene nezinkinga eziningi,” kusho uNobhala Jikelele weCosatu uZwelinzima Vavi.

UVavi uthi kumele kube nakubize nge "Lula moment", efanekisa ngezombusazwe zaseBrazil, ngesikhathi sikaMengameli uLuiz Inacio Lula da Silva.

Uqhube wathi kumele kube noshintsho ngezithinta ukwesweleka kwemisebenzi, ubuphofu kanjalo nokungalingani ngokwamazinga.

Khonamanjalo iKhomishana yoKhetho ithe ukuphakanyiswa kwamagama abaholi abazongenela ukhetho engqungqutheleni ye-ANC, kuzophothulwa kuyona le nkomfa.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-20°C Sunny. Cool. Pta: 17-29°C Showers late. Morning clouds. Warm.
Jhb: 15-24°C Showers late. More clouds than sun. Mild. Bloem: 18-31°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-27°C Afternoon clouds. Warm. PE: 16-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...