Ayikho inkinga yamanzi kuleli

2012-11-20 16:28

Johannesburg - INingizimu Afrika ayibhekene nankinga yokushoda kwamanzi njengoba kusakhona okuningi engakwenza ukubhekana nokushoda kwawo, kusho isikhulu esiphezulu kuhulumeni ngoLwesibili.

"Amathuba akhona angasetshenziswa kumele kuqondakale ukuthi ngabathuba nje ekumele kusetshenzwe kanzima kuze ezophumelela," kusho imenenja eMnyangweni wezaManzi uFred van Zyl.

UVan Zyl usho kanjena ekhuluma emhlanganweni obubanjelwe eBoksburg, e-East Rand.

Uthe uhlelo olubhalwe phansi ngezithinta amanzi akuleli, luzodedelwa ngenyanga ezayo, uhlelo luzobe lungolweminyaka emihlanu ezayo, uVan Zyl uthe kubalulekile ukuthi kucatshangisiswe ngalolu hlelo kuze kuzoqikelelwa ukuthi bonke abantu bathola amanzi anele.

"Uma lokhu singakwenzi manje, singase singabi nesikhathi esanele."






 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Sunny. Mild. Pta: 15-29°C Rain showers. High level clouds. Warm.
Jhb: 12-26°C Heavy rain late. More clouds than sun. Warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 16-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...