Ayaphila amasosha akuleli aseDRC

2012-11-22 07:26

Johannesburg - Awekho amasosha aseNingizimu Afrika abe yingxenye yempi equbuke phakathi kwamasosha kahulumeni waseDemocratic Republic of Congo namavukela mbuso eqembu iM23, kusho abeSA National Defence Force (SANDF).

"AbeSANDF bayayichitha imibiko ethi amasosha aseNingizimu Afrika abe yingxenye yempi eqhubeka nabeqembu iM23," kusho uBrigadier General Xolani Mabanga.

"Umbutho ufuna ukwazisa imindeni, amalungu eSANDF kanjalo nohulumeni ukuthi awekho amalungu eSANDF asenkingeni."

UMabanga uchaze isimo saseDRC wathi sishubile.



 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Usayilungu le-ANC uMbeki - Umbiko

Emizuzwini eyi-20 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-15°C Afternoon clouds. Cool. Pta: 9-18°C Showery. Morning clouds. Mild.
Jhb: 6-12°C Passing showers. Afternoon clouds. Cool. Bloem: 5-10°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool.
Dbn: 10-16°C Heavy rain. Mostly cloudy. Cool. PE: 10-15°C Passing showers. Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...