Avelile enkantolo amaphoyisa mbumbulu

2013-02-12 07:44

Johannesburg - Avele eNkantolo yeMantshi yaseMidrand amadoda ayisihlanu asolwa ngokuba ngongqondongqondo ezigamekweni eziningi zokuzenza amaphoyisa kaMasipala waseGoli.

Lesi sigejana sibhekene namacala okuphatha izibhamu, ukuzenza amaphoyisa nokwakha itulo lokuphanga, kusho uLieutenant Colonel Lungelo Dlamini.

Icala libe selihlehliselwa uFebhuwari 18.

Abasolwa bazogqunywa esitokisini ngemuva kokuboshwa ngoLwesihlanu behlela ukuphanga iloli.

“Amaphoyisa athola umfaniswano ongavunyelwe nezibhamu," esho.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C High level clouds. Mild. Pta: 12-30°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 9-24°C High level clouds. Mild. Bloem: 3-23°C High level clouds. Mild.
Dbn: 15-20°C Showers early. More sun than clouds. Cool. PE: 12-20°C Broken clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...