Asikho isidingo sezidubedube - Zuma

2012-11-01 14:57

Cape Town - UMengameli Jacob Zuma uphinde wanxusa abavukuzi abasezitelekeni ukuba babuyele emsebenzini ngokushesha, kulandela ukubikwa kodlame kwezinye izimayini.

Ekhuluma ngesikhathi kuvulwa ngokusemthethweni iNational House of Traditional Leaders ePhalamende, uZuma uthe yize abasebenzi benamalungelo, lokhu kumele kwenziwe ngendlela ehambisana nomthetho.

"Ngithanda ukuthatha leli thuba ngisho ukuthi kumele luphele udlame nokusabisa ezimayini."

UZuma uthe asikho isidingo sezinxushunxushu nokungalawuleki.

"Sicela abasebenzi ukuba baphindele emsebenzini, basebenzise imigudu eshicilelwe eMthethwenisisekelo wezwe ukuzwakalisa izimfuno zabo," esho.

Lokhu kulandela ukubulawa kwabavukuzi ababili emayini yaKwaZulu-Natal.

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-15°C Numerous showers. Afternoon clouds. Cool. Pta: 3-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-18°C Sunny. Mild. Bloem: 5-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-27°C Sunny. Warm. PE: 10-22°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...