Amasosha ayalelwe ukuba abuyise amabhonasi

2012-12-20 11:02

Johannesburg - Abalelwa ku-200 abasosha ezasemoyeni anikezwe amabhonasi okusebenza kahle ngephutha ngoDisemba, kanti kuzomele ayikhokhe le mali, kusho umbiko wephephandaba iBeeld ngoLwesine.

Kube nencwadi ezungezayo ngaphakathi kulo mbutho icacisa ngaleli phutha.

Iningi lamasosha athintekayo aseseholidini, kanti le ncwadi azozithela kuyona esebuyela emsebenzini ngoJanuwari.

Abanye abasemsebenzini bathi bazoluyisa enkantolo lolu daba ngoba le ncwadi ayikho emthethweni.

Lo mbutho ujwayele ukukhipha la mabhonasi uma kuqala unyaka.

Amasosha kuthiwa asuke engazi ngala mabhonasi kuze kube abona uma eya ebhange.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Sunny. Mild. Pta: 15-29°C Rain showers. High level clouds. Warm.
Jhb: 12-25°C Numerous showers. High level clouds. Warm. Bloem: 11-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-25°C Mostly sunny. Mild. PE: 16-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...