Amaphoyisa omgwaqo 'athenga amalayisensi'

2012-02-08 08:06

Durban - Amaphoyisa angu-30 omkhandlu weTheku kusolakala ukuthi athenga amalayisensi okushayela ezikoleni zokushayela ezingekho emthethweni, ngokusho kombiko, kubika iThe Times.

Lo mbiko okhishwe emuva kophenyo kulandela izinsolo zokungawenzi ngendlela umsebenzi, ukukhwabanisa nenkohlakalo kuMasipala weTheku, usola ukuthi amaphoyisa ayeqeqesha labo ababezoba ngamaphoyisa ngokubayalela izikole zokushayela ezinomgunyathi yikhona bezophasa.

Lezi zinsolo ziphenywa oKlebe.

Lo mbiko ucele ukubuyekezwa okuzimele ekutheni la maphoyisa ayakwazi yini ukushayela.

Okhulumela uMnyango wezokuThutha uLogan Maistry uthe bayazi "ngabasebenzi abasebenza ngomthetho kodwa bona bebe bengawulandeli futhi bengawuhloniphi".


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-23°C More sun than clouds. Mild. Pta: 17-30°C Showers late. Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 14-25°C Sunny. Warm. Bloem: 12-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-24°C More clouds than sun. Mild. PE: 15-22°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...