Amaphoyisa kumele aqeqeshelwe izidubedube - Popcru

2012-11-16 14:03

Johannesburg - Amaphoyisa kumele aqeqeshelwe ukubhekana nothuthuva uma luqubuka emphakathini ngenxa yemibhikisho, kusho umengameli weSA Policing Union (Sapu) uMpho Kwinika ngoLwesihlanu.

"Amaphoyisa ayahluleka ukubhekana nezixuku zababhikishi ngendlela yakhona uma kunodlame emphakathini," kusho uKwinika ePitoli ngesikhathi kunomhlangano weSapu.

"Amaphoyisa akumele abonakale njengezitha zabantu."

UKwinika uthe imiphakathi ihlale isebenzisa udlame uma kunombhikisho.

Uthe inyunyana ikhathazekile ngokuthi akukho okufanele okwenziwayo mayelana nokuqeqesha amaphoyisa ekutheni abhekane kanjani nodlame lwababhikishi.

EWestern Cape kushone umuntu oyedwa ngesikhathi kunombhiksho wabasebenzi basemapulazini bekhala ngamaholo nezindawo zokuhlala ezingekho ezingeni.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-24°C Sunny. Mild. Pta: 16-31°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-25°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 16-28°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Dbn: 15-24°C Showers late. More clouds than sun. Mild. PE: 13-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...