Amaphoyisa kumele ahlale ephapheme - Mthethwa

2012-10-18 14:04
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Amaphoyisa kumele njalo ehlezi engaphambili ngokucabanga nangokwenza kunezigebengu, bazibambe ngaphambi kokuthi zenze ubugebengu, kusho uNgqongqoshe wezamaPhoyisa uNathi Mthethwa ngoLwesine.

"Lokhu kungenzeka uma sinobuhlakani bokukwazi ukubona kuqala amaqhinga abo ngaphambi kokuthi baze baqale bawenze," esho enkulumweni elungiselwe ukwethulwa engqungqutheleni eGeneva, eSwitzerland.

"Into emqoka emaphoyiseni ukuthi sikwazi ukuthi siwabone kuqale amaqhinga ezigebengu."

Ukusebenzisana nomphakathi kuyadingeka ukuze kunqotshwe lokhu.

"Ukunqotshwa kwale mpi kuncike kakhulu ekusebenzisaneni komphakathi namaphoyisa."

UMthethwa uthe amazwe kubalulekile ukuthi acijane ngezindlela ezintsha zobugebengu ukuze kusetshenziswane ngendlela.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C Morning clouds. Mild. Pta: 10-25°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-20°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 9-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-28°C Haze. Warm. PE: 16-21°C Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...