Amaphoyisa enze okufanele - Phiyega

2012-08-17 14:12
Yabelani Shicilela

Restenburg - UKhomishana wamaPhoyisa kuzwelonke uRiah Phiyega uthi amaphoyisa athole imibiko evela ebantwini abahlukene yokuthi abavukuzi abebetelekile bebengavumi ukuhlakazeka ngesikhathi becelwa kahle.

"Emini ngoLwesine sithole umbiko ovela emithombeni eminingi isitshela ukuthi ababhikishi bayishaya indiva eyokuqeda isiteleka ngokuthula, futhi ngeke basuke la bebebuthelene khona banqaba nokubeka phansi izikhali.

"Kube kusebukisiswa isimo kwathathwa isinqumo sokuthi amalungu eSA Police Service kumele azivikele kubabhikishi," kusho uPhiyega etshela izintatheli eRustenburg.

"Bangu-34 abashonile kwathi abangu-78 balimala," kusho uPhiyega.


 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

Phawula kulolu daba
2 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 8-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 17-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-20°C Rain late. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...