Amaphoyisa awukuqophanga okwenzeka emayini

2012-10-24 08:17

Rustenburg - Amaphoyisa azange akuqophe konke lokhu okwenzeka egqumeni ngasemayini iLonmin eMarikana, kusho ubufakazi obethulwe ngaphambi kweKhomishana kaFarlam.

Umthwebuli owabe ephezulu ebhanoyini watshelwa ukuthi kumele aqophe konke okwenzekayo, nokho wawushaya indiva loyo myalelo.

Lobu bufakazi bethulwe nguLieutenant Colonel Johannes Cornerlius Botha, obephekwa ngokungathwebu kwakhe ukudutshulwa kwabavukuzi.

UBotha ubebuzwa mayelana nombiko wakhe oshoyo ukuthi akakuqophanga okwabe kwenzeka, utshele ikhomishana ukuthi akakubonga ukudutshulwa kwesibili kwabavukuzi okwenzeka, uthe wezwa ngakho esehlile ebhanoyini.

Uphenyo luyaqhubeka.



 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Wesulile esikhundleni uPansy Tlakula

Emizuzwini eyi-19 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-19°C Sunny. Mild. Pta: 5-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-18°C Sunny. Mild. Bloem: 4-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-25°C Sunny. Mild. PE: 15-26°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...