Amaphoyisa asiphule umthunzi wezinkukhu

2012-12-24 10:48
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Noma ngabe ubani obecabanga ukuthi uzobhema insangu ePort Elizabeth, akavele akhohlwe, kulandela ukugasela kwamaphoyisa kuleya ndawo ngempelasonto.

Amaphoyisa asiphule izihlahla ezintathu zensangu athola nezikhwama ezimbili zayo kuleya ndawo, kusho okhulumela amaphoyisa aseMotherwell uWarrant Officer Dumile Gwavu.

Uthe enye indoda iboshiwe ngesikhathi itholakala nensangu kwathi amabili atholakala nesidakamizwa sohlobo lwe-mandrax.

Kuboshwe abantu abangu-45 abebecwile ezinkambeni zikaFaro base badala isiphithiphithi emphakathini.

Abanye abantu baboshelwe ukweba, ukudlwengula namanye amacala ahlukene.

Kutholakale imimese engu-13 kubona.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-21°C Partly cloudy. Mild. Pta: 12-25°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 10-20°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 12-23°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 18-31°C Morning clouds. Warm. PE: 16-19°C a few showers. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...