Amaphoyisa abulale abaphangi e-E Cape

2012-02-16 13:45

Butterworth – Amaphoyisa abulale abesilisa ababili abebezama ukuphanga isitolo eMsobomvu, eButterworth ekuseni ngoLwesine, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape.

Abesilisa abathathu bangene esitolo ngezithuba zawo-01:00, bakhomba abathathu abebephakathi ngezibhamu, kusho okhulumela amaphoyisa, uCaptain Jackson Manatha.

Omunye obengaphakathi ubize amaphoyisa, afike abaphangi besephakathi.

Abaphangi ababili, bobabili baneminyaka engu-29, badutshulwe bashona. Owesithathu weqile.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C Mostly sunny. Mild. Pta: 12-24°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 9-19°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 8-23°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 17-25°C More sun than clouds. Mild. PE: 15-28°C Morning clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...