Amaphoyisa aboshelwe inkohlakalo

2013-02-14 12:02

Durban - Amaphoyisa amabili asekhalelwe ngamasongo kaSogomyela ngemuva kwezinsolo ezithi afuna ukukhokhelwa imali kuze ezonyamalalalisa idokodo.

Amaphoyisa asebenza esiteshini eBayview, eChatsworth, aboshwe ngoLwesithathu ebusuku, kusho okhulumela uphiko oluphenya amacala amaphoyisa i-Independent Police Investigative Directorate (IPID), uMoses Dlamini.

Abasolwa bafuna ukugwazelwa ngo-R3 500, beyifuna kumlisa owaphula umyalelo wenkantolo, nowabe ebhekene necala lokushaya nokukhomba othile ngesibhamu.

Indoda lena, yabe isifaka icala kwabe-IPID.

Amaphoyisa aboshiwe asesebenzele umbutho iminyaka engu-30, kulindeleke avele ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseChatsworth ngoLwesine.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Ukhala ngobuhlaza bamanesi obesikwa

Emizuzwini eyi-40 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-14°C Numerous showers. Morning clouds. Cool. Pta: 6-15°C Sunny. Refreshingly cool.
Jhb: 9-21°C Sunny. Mild. Bloem: 2-15°C Mostly sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 12-23°C Showers late. More sun than clouds. Mild. PE: 9-19°C Showery. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...