'Amakhondomu ngeke agqugquzele ucansi ezikoleni'

2012-10-16 07:54

Johannesburg - Ukuhlinzeka ngamakhondomu ezikoleni ngeke kukhuphule izinga lokuthi abafundi bazibandakanye ocansini, kusho i-Equal Education (EE) ne-Treatment Action Campaign (TAC).

“Lokhu ngeke kusho ukuthi abafundi sebezophula umthetho," kusho lezi zinhlangano esitatimendeni ezisibhale ngokuhlanganyela.

“Singasho nje ukuthi lo mnyakazo ungase usize intsha ukuthi igweme imiphumela yokuzibandakanya ocansini olungaphephile."

I-EE ne-TAC ithe uMnyango wezeMfundo kumele uqinisekise ukuthi i-Integrated School Health Programme (ISHP) iyaqhubeke, nokunguhlelo olwamenyezelwa nguMengameli Jacob Zuma ngo-Okthoba 9.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C Heavy rain. More sun than clouds. Cool. Pta: 12-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-23°C Sunny. Mild. Bloem: 10-21°C Showers late. More sun than clouds. Cool.
Dbn: 19-24°C Partly sunny. Mild. PE: 15-23°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...