Amakhansela eTheku akhala ngobungozi

2012-08-24 12:03

Durban - Amakhansela aseThekwini afuna abakhokhi bentela bangene bajule emaphaketheni ukuze kuzophuma u-R10 million wokubagada njengoba bekhala ngokusocongwa kwabezepolitiki esifundazweni, kubika iThe Mercury.

Amaqembu ezombusazwe asho ngazwi linye athi lo ngumbono ongaphusile, bathi lokhu kuzobeka ku-R28 million imali ebekelwe ukubagada ngonyaka.

Babuza ukuthi ngabe lokhu kubulawa kwamakhansela kuqhamuka ngaphandle noma ngaphakathi emaqenjini na.

Okhulumela iTheku uLogie Naidoo uthe lo R10m ekukhulunywa ngayo "ngeke wengezwe" kodwa uzothathwa kwezinye izindawo lapho imali ingasebenzanga yonke khona ukuze amabhuku engeke aphazamiseke.

I-DA ne-IFP bakhala ngokuthi ukuchitha imali engaka konogada kungukuqhenya okungenasidingo.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C More sun than clouds. Mild. Pta: 17-25°C Isolated tstorms. Mostly cloudy. Mild.
Jhb: 14-19°C Passing showers. Mostly cloudy. Mild. Bloem: 14-21°C Heavy rain. Mostly cloudy. Mild.
Dbn: 18-25°C Numerous showers. Afternoon clouds. Mild. PE: 17-20°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...