Alumile uphenyo ngesidoda esebiwa

2015-05-12 10:59

Johannesburg - Amaphoyisa aphezu kophenyo odabeni lwe ndoda eyadlwengulwa abesifazane abathathu beyikhombe ngesibhamu bayithathela isidoda sayo.

Njengamanje amaphoyisa afuna ukuthola ukuthi ngabe lesi sidoda sasifunelwa umuthi noma cha.

"Kuvamile ukuthi isidoda sisetshenziselwe ukwenziwa komuthi wesintu," kusho uConstable Mncedi Bombo etshela abe-iMailOnline.

OLUNYE UDABA: Abesifazane abathathu ecaleni lokudlwengula

Isisulu esineminyaka engu-33 ubudala esadlwengulwa ngesonto eledlule ePort Elizabeth sitshele abephephandaba ngokwenzeka ngesikhathi sithathwa abesifazane abathathu ababehamba ngemoto yohlobo lwe-BMW, kubika iTimes Live.

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 9-16°C Sunny. Cool. Pta: 5-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 1-17°C Sunny. Mild. Bloem: -2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-20°C More sun than clouds. Cool. PE: 8-20°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...