Akusilo ubandlululo ukuhlasela emapulazini - Zuma

2012-07-05 10:12

Johannesburg - Ukuhlaselwa kwabantu emapulazini kumele kuthathwe njengamanye amacala amakhulu kuleli laseNingizimu Afrika kodwa akusiwo amacala ahlobene nokucwasa ngokwebala, kusho uMengameli uJacob Zuma.

UZuma ukhulume nephephandaba iBeeld wathi yize noma ukuhlasela okuningi kwenzeka emapulazini abantu abamhlophe akumele kuthathwe njengezehlakalo ezihlobene nobandlululo.

UZuma uthe ziningi izehlakalo zokubulawa kwabantu ezenzeka emalokishini ezigcina zingabikwangwa kwabezindaba.

Umengameli uthe izehlakalo zokubulawa kwabantu emapulazani zikhathaza njengazo zonke ezinye izehlakalo zobugebengu eziqhubeka ezweni lonke.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Morning clouds. Mild. Pta: 7-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-17°C Sunny. Mild. Bloem: 0-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 10-24°C Partly cloudy. Mild. PE: 14-18°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...