Akungifanele ukutuswa: Owasiza owesifazane edunwa

2015-11-01 11:03

Durban - UMsamariya olungileyo onemithungo emithathu ekhanda wasePinetown uWarren Jones, 40, owasiza owesifazane ngesikhathi izigelekeqa zifuna ukuduna imoto yalo wesifazane uthi angakuphinda akwenza.

Izenzo zobuqhawe bukaJones babikwa ephephandabeni iThe Independent on Saturday emasontweni amabili adlule ngesikhathi kuchazwa akwenza ePinetown ebhekana ngqo ezinhlamvibi zamehlo nezigebengu ezintathu ezazizama ukuduna imoto yesakhamuzi saseKloof imoto yaso, uVicky Butler.

Kulelisonto uJones uthe wayezisizela umuntu owayedinga usizo.

OLUNYE UDABA: UMsamariya olungileyo ubulale obebamba inkunzi

"Ngumama womuntu lowa noma yindodakazi yomuntu. Alungufanele udumongoba yonke indoda kufanele kube khona ekwenzayo nomangabe kuyasabeka noma cha.

UJones akacucuzanga ukusho ukuthi wazithola esimeni esisabisayo.

"Ngangisaba kodwa kufanele uqunge isibindi uhlofe," usho njalo., kubika i-Independent on Saturday.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Sunny. Mild. Pta: 12-22°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 9-19°C Morning clouds. Mild. Bloem: 6-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-19°C Scattered showers. Afternoon clouds. Cool. PE: 16-21°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...