Akukho okusha okuza noRamphele - ANC

2013-02-19 08:19

Johannesburg - Iqembu lezombusazwe elisha elimenyezelwe yisifundiswa uMamphela Ramphele, lakhiwe phezu kwesisekelo sabantu abanezinkonondo, kusho inhlangano ebusayo i-ANC.

"Imizamo kaDkt Ramphele ukuhlohla abantu bakuleli ukuthi babe yingxenye yokuhlakazeka kwezombusazwe kuleli," kusho okhulumela iqembu uJackson Mthembu esitatimendeni.

"URamphele ubephinda izinkinga vele ezaziwayo kuleli, akukho okusha akubeke etafuleni."

Izinto eziphakanyiswe nguRamphele yilezi kanye ezibalulwe nguMengameli Jacob Zuma ngesikhathi ethula inkulumo ebhekiswe esizweni.

Sisazodingidwa kabanzi ePhalamende kuleli sonto, nanoma sekwethulwa isabelozimali sezwe, kuqhuba uMthembu.

URamphele ubize iqembu lakhe elisha nge-Agang SA.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C Passing showers. Afternoon clouds. Cool. Pta: 4-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-14°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: 0-10°C Sunny. Cool.
Dbn: 10-18°C More sun than clouds. Cool. PE: 11-18°C Rain early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...