Akukanqunywa lutho ngeZamdela

2013-01-25 16:17

Johannesburg - Asikho isinqumo sokugcina esithathiwe ngodaba lokuhlanganiswa koMasipala baseFree State, iMetsimaholo neNgwathe, kusho abebhodi iMunicipal Demarcation Board (MDB).

"Akukathathwa sinqumo sokugcina, umphakathi bekungamele nokuthi ubhikishe. Into ebekumele bayenze wukuthi basibhalele basitshele izikhalazo zabo," kusho isikhulu sebhodi uGabisile Gumbi-Masilela.

Izinhlelo zokuhlanganiswa komasipala, zaziswa kuze izinhlangano, amaqembu kanjalo nabantu bonkana bezokwazi ukuveza izimvo zabo, kusho uGumbi-Masilela, etshela abezindaba ePitoli.

Uthe umphakathi ubone sengathi konke sekuphothuliwe wase uba nodlame, uthi namanje lisakhona ithuba lokuthi abantu baphikisane nokuhlanganiswa komasipala.

NgoLwesine, i-MDB ihlangane noNgqongqoshe woMnyango wezokuBusa ngokuBambisana uRichard Baloyi, kudingidwa ngombhikisho wabahlali baseZamdela, eSasolburg.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C Morning clouds. Cool. Pta: 6-16°C Sunny. Refreshingly cool.
Jhb: 1-9°C Sunny. Cool. Bloem: -1-11°C Morning clouds. Cool.
Dbn: 11-19°C Showery. Morning clouds. Refreshingly cool. PE: 9-14°C Numerous showers. More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...