Akasabuthi quthu uShrien Dewani - Umbiko

2012-12-04 07:53
Yabelani Shicilela

London - Kuthiwa uShrien Dewani usehlala ngokungakhululeki ngenxa yokuthi sihlala sibuya njalo emqondweni wakhe isithombe sobusuku okwabulawa ngabo unkosikazi wakhe.

Lokhu kwenzeka ngesikhathi besekhefini ngemuva komshado kuleli, kulalele ijaji laseBrithani ngoMsombuluko ngesikhathi linquma ukuthi liqale ngoJulayi elokuthi uDewani azothetha icala lakhe kuleli.

UDewani, nothola ukwelashwa esibhedlela sezengqondo, kwabikwa ukuthi akaphathekile kahle ukuba kungaqhubeka leli cala ngoMashi.

IMantshi uHoward Riddle ube esenikeza lo somabhizinisi ibheyili kuze kube ubuyela enkantolo ngo-Ephreli.

UDewani uyakhonjwa ekufeni kuka-Anni.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-21°C Morning clouds. Mild. Pta: 8-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 5-17°C Sunny. Mild. Bloem: 4-16°C Sunny. Cool.
Dbn: 13-23°C Morning clouds. Mild. PE: 11-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...