Abelaphi bendabuko bahambele uMandela

2013-07-24 16:20

 Johannesburg -  Iqeqebana labelaphi bendabuko eGauteng, bahlangane ngaphandle kwesibhedlela ekwelashelwa kuso loyo owabe enguMengameli wokuqala wenkululeko uNelson Mandela, osehlale esibhedlela izinsuku ezingu-47.

Abelaphi bashise impepho, baguqa bafafaza ugwayi phansi, becela amadlozi akwaMadiba ukuthi basindise uMandela.

Usihlalo wabelaphi uKhubane Mashele, ukhulume wacela amaqhawe omzabalaszo asalala uktih aphilise uMandela.

“Siyacela izinyanya, amakhosi kanjalo namaqhawe asalala kanye namadlozi akwaMandela ukuthi aphilise uTata,’ kusho uMashele, ekhuluma isixiTsonga.

Abaholi bendabuko baseNorth West, nabo batheleke esibhedlela iMedi-Clinic Heart Hospital, bephethe umlayezo nezimbali.

Usihlalo wendlu yamakhosi iNkosi uMadoda Zibi, uthe bafisa uTata alulame ngokushesha.

"Sithunywe yindlu yamakhosi eNorth West ukuthi size sizodlulisa lo mlayezo,” kusho uZibi.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Ezakamuva ngoMaNtuli Zuma

Emizuzwini eyi-13 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-21°C Morning clouds. Mild. Pta: 14-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-24°C Sunny. Mild. Bloem: 12-24°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-23°C Rain showers. Breaks of sun late. Mild. PE: 15-22°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...