Abayisithupha baboshelwe ukuqola umasipala

2012-12-06 16:40

Johannesburg - Abantu abayisithupha baboshiwe ngoLwesine kulandela izinsolo zokukhwabanisela uMasipala waseBuffalo City, e-Eastern Cape.

Amaphoyisa esifundazweni athi abasolwa bakhwabanise imali elinganiselwa ku-R11.8 million.

UMajor Ernest Sigobe uthe lokhu kukhwabanisa kwenzeka phakathi kukaFebhuwari noSeptemba ngo-2008.

Uphiko loKlebe lubophe abantu abathathu eMthatha abanye abathathu baboshwa bese-East London, oyedwa wabasolwa usasebenzela lo masipala.

Abasolwa baseminyakeni ephakathi kuka-36 no-50 ubudala, bazovela ngaphambi kwenkantolo kungekudala.
 





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela Izindaba News24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C High level clouds. Cool. Pta: 2-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 2-14°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: -3-15°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 8-23°C Sunny. Mild. PE: 13-16°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...