Abathathu baboshelwe ukweba imfuyo

2012-10-10 14:37
Yabelani Shicilela

Johannesburg - Amadoda amathathu aseGa Mothapo, aboshiwe ngesikhathi ebanjwa eqhuba imfuyo eyebiwe, engaba yinani lika-R40 000, kusho amaphoyisa aseLimpopo.

Amadoda lawa aboshwe ngemuva kokuthi amaphoyisa elunywe indlebe, kusho uConstable Moses Molepo.

"Kusolakala ukuthi abasolwa bebesabeka uphawu kule mfuyo eyebiwe eGa Mothapo, yonke ibifakwe evenini.

Abasolwa abaneminyaka ephakathi kuka-26 no-27 ubudala, bazovela ngaphambi kweNkantolo yeMantshi yaseMankweng, ngoLwesine.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-18°C Numerous showers. Mostly cloudy. Mild. Pta: 9-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 10-19°C Sunny. Mild. Bloem: 9-23°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 18-29°C High level clouds. Pleasantly warm. PE: 12-19°C Showers late. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...