Abantu bayasaba ukugqekezelwa - Ucwaningo

2012-09-27 14:06

Pretoria - Ebugebengwini obukhona obuhlasele iNingizmu Afrika, ucwaningo luveza ukuthi abantu basaba kakhulu ukugqekezelwa imizini yabo uma kuqhathaniswa nezinye izinhlobo zobugebengu.

Umbiko obizwa nge-2012 Victims of Crime Survey okhishwe ePitoli ngoLwesine, yiphini lomqondisi wakwaStatistics SA uKefiloe Masiteng, uthe isilinganiso esingu-59.3% sabantu sithe bayakwesaba ukugqekezelwa.

"Sasibuza imindeni ukuthi yiluphi uhlobo lobugebengu abalwesabayo, ukugqekezwa kwemizi kwaba yikona okuhamba phambili, yibona gubengu abantu abakhathazekile ngabo," kusho uMasiteng.

Ucwaningo luthi ukugqekezwa kwemizi wubugebengu obejwayelekile futhi abantu abaningi asebeke babhekana nabo, obunye ubugebengu obugqamile ocwaningweni kube wukwebiwa kwemfuyo.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- SAPA

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Bavelile abasolwa ngokubulala iphoyisa

Emizuzwini eyi-16 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-21°C High level clouds. Mild. Pta: 8-25°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 6-20°C Morning clouds. Mild. Bloem: 7-20°C Showers late. Afternoon clouds. Mild.
Dbn: 16-19°C Rain showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 16-18°C Passing showers. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...