Abakuleli bahambele ibandla likaTB Joshua

2014-12-31 14:20

Abuja - Umfundisi waseNigeria, uTB Joshua, ubambe inkonzo yesikhumbuzo sabantu baseNingizimu Afrika, abashona kuwa isakhiwo sebandla lakhe eLagos.

Umkhulumeli webandla iSynagogue Church of All Nations (SCOAN), uthi bangu-44 abantu baseNingizimu Afria abahambele eNigeria la bemenywe khona umfundisi.

Ibandla libambe isikhumbuzio sabantu abangu- 116, abashona, abangu-81 kubo, abakuleli.

Isehlakalo senzeka ngenyanga kaSeptemba.

"Inkonzo izophathwa ngumfundisi uJoshua uqobo," kusho umkhulumeli webandla uPatrick Iwelumor.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

- Sapa - AFP

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C High level clouds. Cool. Pta: 14-27°C Passing showers. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 13-23°C Passing showers. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-19°C a few showers. More clouds than sun. Cool. PE: 13-20°C Scattered clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...