Abafundi babhuqwa yindlala e-UFS

2012-03-26 14:09

Bloemfontein - Isibalo esingu-10% sabafundi eNyuvesi yaseFree State baqala usuku lwabo bengakaze bakuthi mbibi ukudla okunomsoco, kusho inyuvesi ngoMsombuluko.

Ngempelasonto inyuvesi ibe nohlelo oluyisipesheli lokuzama ukuqongelela imali yokwelekelela abafundi ekutheni bathole ukudla nsukuzonke, kusho okhulumela inyuvesi uLacea Loader.

"Abafundi abaceli ukuthi bathengelwe inyama, badinga kuphela ukudla okunomsoco okuzobasiza bakwazi ukubhekana nosuku, ukudla nje okuzobenza bakwazi ukufunda," kusho umphathi wenyuvesi uJonathan Jansen, ekhuluma kulo mcimbi iNoStudentHungry-campaign (NSH).

UJansen, unikele ngo-R100 000.

Lolu hlelo lokondla abafundi luqale ngenyanga kaJanuwari ngonyaka owedlule, kumanje lusiza abafundi abangu-100.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).






NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

UMalema ukhuluma engacabanganga - DA

Emizuzwini eyi-41 edlule
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C Morning clouds. Mild. Pta: 4-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-16°C Sunny. Cool. Bloem: -2-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 8-21°C More sun than clouds. Cool. PE: 11-17°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...