Ababoshwe naseGauteng abangondli- DA

2012-07-12 16:35

Johannesburg - Uhulumeni waseGauteng kumele uqinikelele ukuthi ubamba bonke obaba ababalekela isondlo, kusho iqembu iDemocratic Alliance esifundazweni.

"UNdunankulu uNomvula Mokonyane kumele akhombise ukuzinikela ekwenzeni ngcono ikusasa lezingane, kumele aqinise umthetho, obaba abangondli ababanjwe bakhokhiswe ngenkani," kusho okhulumela i-DA uPatricia Mokgohlwa.

NgoLwesine kubikwe ukuthi kuboshwe obaba abangu-83 esifundazweni iWestern Cape, ekade bebalekela ukondla.

Inhloko eMnyangweni wezobuLungiswa uHishaam Mohamed uthe ukulandelwa kobaba kuyasiza ukubaphoqa ukuthi babhekane nomsebenzi wokunakekela izingane zabo.

"Uhulumeni kumele asebenzise zonke izinsiza ezikhona ukuqinisekisa ukuthi abesifazane bayalekelelwa ekukhuliseni izingane," kusho u Mokgohlwa.
 


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-16°C High level clouds. Cool. Pta: 2-20°C Sunny. Mild.
Jhb: 2-14°C Sunny. Refreshingly cool. Bloem: -2-15°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 7-22°C Sunny. Mild. PE: 12-16°C Showers early. More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...