ningizimu afrika

Uminze washona ebalekela amaphoyisa

2013-05-17 17:07

Umvukuzi ongekho emthethweni, ulele emhlabeni obandayo, kulandela ukuminza emfuleni iSand River, eVirginia, ngesikhathi ezama ukubalekela amaphoyisa.

Akube nobumbano kwiNumsa - Vavi

2013-05-17 17:12

Inyunyana iNational Union of Metalworkers of SA (Numsa), kumele imane ikhohlwe yindaba yokwandisa amalungu uma kungekho ukubumbana nokubambisana ngaphakathi.

Uzovela osolwa ngokushaya iphoyisa

2013-05-17 14:04

Owesilisa osolwa ngokushaya iphoyisa lomgwaqo e-Alberton kulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yasePalm Ridge, kusho amaphoyisa kaMasipala waseKurhuleni.

Usebabele enkantolo umfundi ngelemiyeko

2013-05-17 14:04

Umfundi owenza uGrade 8, eFree State uzama ukuthola umyalelo wenkantolo omvumela ukuba aqhubeke nezifundo zakhe anganikwa nkinga ngemiyeko yakhe.

Akushitshwe amagama ezibhedlela - ISilo

2013-05-17 12:03

Izibhedlela zomphakathi ezinamagama aqanjwa ngesikhathi sengcindezelo, kumele zinikwe amagama amasha, njengoba laba baholi bengcindezelo bengadingi ukukhunjulwa.

Kuboshwe abadle eyentuthuko - Umbiko

2013-05-17 10:06

Kuboshwe abantu abayisikhombisa ngezinsolo zokweba imali elinganiselwa ku-R1.2 million nekwakumele isetshenziselwe ukuthuthukisa umphakathi eTsantsabane, eNorthern Cape.

Okusha ngamabhizinisi akwaMandela

2013-05-17 10:06

Owabe enguMengameli wezwe uNelson Mandela, wayengafuni amadodakazi akhe angene emabhizinisini omndeni nasrkusingathweni kwezimali zakhe

Kusocongwe ilungu le-ANC

2013-05-17 08:10

Lendele koyisemkhulu ilungu le-African National Congress elidutshulwe labulawa ngaphandle komuzi walo oseWestonaria, eWest Rand, kusho inhlangano.

Abasehostela bakhala ngamaphoyisa 'ebayo'

2013-05-17 08:30

Abahlali basehostela laseDalton bahlela ukugcwala izitaladi ukuzwakalisa ilaka labo ngabathi ukuhlukunyezwa kwamaPhoyisa kaMasipala weTheku nesikhulu sawo.

Angeke ufihlwe umbiko ngolwakwaGupta

2013-05-16 16:45

Azikho izinhlelo zokufihla umbiko wophenyo ngendiza yomndeni wakwaGupta, ebekuphenywa ngokuhlaliswa kwayo enkambini yamasosha eWaterkloof Air Force Base.

Kudingeka imali embuthweni wamasosha - Isikhulu

2013-05-16 16:29

Kudingakala ukuthi kufakwe imali eningi embuthweni wamasosha kuleli laseNingizimu Afrika, kusho isikhulu kwa-SA Army, uChief Lieutenant-General Vusimuzi Masondo.

Mayiphasiswe eyokuqwayiza - Inhlangano

2013-05-16 14:04

I-Commission for Gender Equality (CGE) inxuse ukuba kube semthethweni ukudayisa umzima kuleli, yathi lokhu kuzoqinisekisa ukuphepha kwalabo abenza lo msebenzi.

Kuzophenywa ngamabhoklolo alimaze umfana

2013-05-16 14:04

Ithimba elizimele lizoqala uphenyo ngesehlakalo sobubhoklolo ekuthiwa senzeka esikoleni esiseMabopane, enhla nePitoli, nesaholela ekutheni kulimale umfana.

 

 

Uzophikisa isigwebo umbulali kaGasa

2013-05-17 14:04

Indoda eyalahlwa yicala lokubulala usomabhizinisi uNhlanhla Gasa, inikwe imvume yokuphikisa isigwebo sayo seminyaka engu-30, inikwa yiNkantolo yesiFunda eThekwini.

Kubi kobhululu bakaMalema

2013-05-17 12:03

Isigungu esijutshwe yi-ANC eLimpopo sithathe isinqumo sokuhlakaza zonke izifunda ezazibandakanya emikhankasweni yokumelana noMengameli Jacob Zuma.

Kumiswe 9 osolwa ngokukhwabanisela uSassa

2013-05-17 12:02

Abantu abayisishiyagalolunye bamisiwe emsebenzini ngezinsolo ezithi bakhwabanisela uhlelo lwakwaSA Social Security Agency's (Sassa), elokishini laseGugulethu.

Ishonile intombazane yaseKapa eyadlwengulwa

2013-05-17 10:06

Akukho muntu oseboshiwe ngesehlakalo sokubulawa kwentombazane yaseWestern Cape, eshonele esibhedlela neyatholakala iphuzile, isongwe ngengubo yokulala.

Uxoshiwe osolwa ngokukhwabanisa

2013-05-17 10:06

Umgcinimabhuku waseSilver Lakes Estate, ePitoli, usedliwe yizembe kulandela izinsolo zokukhwabanisa imali elinganiselwa ku-R7 million, kusho imibiko yakamuva.

Uxolisile owathi 'akubulawe abamhlophe'

2013-05-17 08:20

Inhlangano iFW de Klerk Foundation isikwamukele ngokusemthethweni ukuxolisa kwendoda ekusolakala ukuthi yabhala amagama anokucwasa kuTwitter.

Indoda ibulawe yisitimela e-E Cape

2013-05-17 07:48

Ikobandayo indoda eshone ngesikhathi ishayiswa yisitimela esiteshini saso eMtsotso ngase-East London, kusho amaphoyisa ase-Eastern Cape.

I-NYDA inombono omusha

2013-05-16 16:45

Inhlangano iNational Youth Development Agency (NYDA), inombono omusha wokuqinisekisa ukuthi kubuya isithunzi senhlangano, kusho usihlalo wayo uYershen Pillay.

I-ANC idle umhlanganiso kwelokuchibiyela

2013-05-16 14:04

Ilungu le-ANC ebelingenele ukhetho lokuchibiyela KwaZulu-Natal okhethweni okubonakale amaqembu amakhulu amabili kuleli ethumele izithenjwa zawo, lidle umhlanganiso.

Ubengazi ngokuxoshwa kwakhe uPolela - Umbiko

2013-05-16 14:04

Loyo obekade ekhulumela uphiko loKlebe uMcIntosh Polela, uthi uzwe kwabezindaba ngokuxoshwa kwakhe, nekuthiwa kuhlobene nalokho akubhala ngomculi uJub Jub.

Isigebengu silume ikhehla

2013-05-16 12:02

Owesilisa waseManzimtoti oneminyaka engu-79 ubudala, olunywe walimala kabi engalweni ngesikhathi elwa nesigebengu ezama ukusephuca isibhamu, kumanje uyelashwa.

 
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-23°C Sunny. Mild. Pta: 10-19°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 7-15°C Morning clouds. Cool. Bloem: 9-19°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 14-23°C Sunny. Mild. PE: 12-24°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...