Imibono eyahlukene ngenkulumo kaMalema ebhekiswe kubaculi

2016-08-01 19:02

Durban - Ngesikhathi i-EFF ikhankasa eTshwane ngesonto eledlule uMalema wagxeka u-Arthur noKelly ngokuba yingxenye yomkhankaso we-ANC njengoba kuza ukhetho.

Waphinde wathi i-ANC ichitha izindodla zezimali kubaculi abangenamsebenzi futhi asebephelelwe wu"shatini" ukuba banandise kumarali awo.

Bphawule kanje abafundi:

UTshepo Malao uthe: Nguye okufanele awuvale njengoba umculo weKwaito ishabalala kancane kancane. Uyena ozolamba, usezincengela eqenjini elibusayo. 

UMthura Wyz Malangabi uthe: Uzowuvala kanjani ekwipolitiki, akuthulwa lapho.

USethabile Simphiwe Mkhwanazi uthe: Ngeshwa akuthulwa kwipolitiki.

ULunga Mthethwa uthe: Unephutha uMalema.

Bheka ku-Facebook-Izindaba News24, ubone abanye batheni.

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C Scattered showers. More sun than clouds. Mild. Pta: 4-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 3-20°C Sunny. Mild. Bloem: 2-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-24°C Partly cloudy. Mild. PE: 12-18°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...