Baphawula ngokumbiwa kwethuna likaMgqumeni

2016-01-20 12:32

Durban - Umndeni womculi kamaskandi osadlula emhlabeni uMgqumeni Khumalo ufuna ukuthi kumbiwe ithuna lakhe.

Baphawule kanje abafundi bethu:

USam Gogotya uthe: Sekuyacaca lomculi akazange ashona kuke kwavela insizwa beyizibiza ngaye sekuvela okunye futhi akuphenywe kahle kubuyiswe nezangoma zihlole kwenzakalani.

UNande Mofokeng Zela Mpho uthe: Aluve luyinkinga nalolo libofuzo, thina ekhaya sididekile ingane ifana nse nobhuti wami ngisho ukunyathela kodwa ulibofuzo lwamchitha ubhuti wami omncane selokhu ashona ubaba wayo.

UNgoza Nhlanhla Sash Omnyama uthe: Ifa leli elenza yonke lento awu abantu abathanda imali bengafuni ukuyisebenza sies maan yekani iBhova bandla.

U-Onskuldig Zoeloe uthe: Cha khona okungahambi kahle emndenini wakwaKhumalo.

USiyabonga Asibonge H Nzuza uthe: Umndeni wakwaKhumalo uzihlekisa ngabantu ngalento oyenzayo.

UNhlelo Ndlovu uthe: Hawu yehheni uthi abasaphambene izingqodo kodwa bakithi kanti abazange yini bamubone ebhokisini kuqala ngaphambi kokumbeka endaweni yakhe yokugcina. Inkosi ithi ingabankulu ingazekeki.

Bheka ku-Facebook-Izindaba News24, ubone abanye batheni.

Disclaimer:INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-16°C Partly cloudy. Cool. Pta: 11-25°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 9-20°C Sunny. Mild. Bloem: 4-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-25°C Sunny. Mild. PE: 14-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...