Umbono wakho ngonobuhle wezidudla

2012-12-14 16:26
Yabelani Shicilela

Cape Town - Usomabhizinisi wakwaMashu uThemba Mthembu uthi kumphatha kambi ukubona izintokazi ezingodudula zishiywa ngaphandle uma kunemincintiswano yonobuhle.

Ngalesi sizathu useqale umncintiswano ozongenelwa yizidudla kuphela, uMiss Flamboyant.

Abesifazane abangakwazi ukungenela yilabo abagqoka izimpahla ezingoSize-36 kuya kuSize-44, ubude basukele ku-1.55m.

Abafundi bayaphawula ngalo mncintiswano.

UZinhle Ngema uthe: Yilapho ngiya khona.

UCindy Buthelezi uthe: Ngicabanga ukuthi yinto enhle kakhulu le.

Lokhu kuzofundisa abantu ukuthi bathande imizimba yabo injengoba injalo.

U-Andile Gumede uthe: Ngumqondo omuhle kakhulu, ikakhulu kithi esithanda izintokazi ezinezindawo zokubambelela, ke sizibone zitelebhela.

UMatha MaMntungwa OkaNyawose
uthe: Umqondo omuhle impela.

UPrincess Nhlah uthe: Ngibona kuwumbono omuhle okusho ukuthi wonke umuntu uyalingana futhi kugquqguzeleka nokuzithanda kulaba abangazithandi.




Disclaimer: INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).



 

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
2 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C Sunny. Mild. Pta: 10-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 9-17°C Sunny. Mild. Bloem: 6-16°C Mostly sunny. Cool.
Dbn: 17-22°C Morning clouds. Mild. PE: 11-19°C Passing showers. Clearing skies. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...