Umbono: Bamhleka usulu abalandeli uPalacious

2012-03-15 14:31

Cape Town - Umqeqeshi we-Orlando Pirates osabambile, u-Augusto Palacios, usetshele abalandeli baleli qembu ukuthi behlise amaphaphu wathi bangalindeli ummangaliso njengoba naye esazama ukubuyisela amaBhakabhaka esimweni esikahle.

Sibuze abafundi bethu imicabango yabo ngokusho kukaPalacios, baphendule kanje:

UThulani Thabethe
uthe: Okuphakeme kumelwe ukwehliswa. IPirates iyathotshiswa manje, ibile sesicongweni ngesizini edlule. Angeke ibe phezulu ingunaphakade. Manje sekugxekwa abaqeqeshi. Akunikwe iSantos izibongo eziyifanele, womabili lamaqembu avedlala ngabadlali abalinganayo.

UMaxingwane Mncedisi
uthe: Angibonii ukuthi uzokwazi, kungani bangalandi uRuud Krol.

USabizwe Zungu uthe: Akahambe impela nje uPalacios, iPirates idinga umqeqeshi wangempela.

UThembi Mncube uthe: Akasiyeke thina sijabule, ukujabula kuyashintshana sebeqhoshe kakhulu abahambe bayoshona ngiwubekile uMgqibelo u x osolvekayo.

UThamsanqa Kenneth Ngcongo uthe: Hehehe,abalandeli bePirates abafuni ukudliwa inkinga yabo ileyo.

USakhile Zondo uthe: Manje uthi kuzomthatha iskhathi esingakanani ke ukuyibuyisela esimweni njengoba isikhathi sesidliwe iSantos nje.

UThulani Nceng'intombi Msomi
uthe: Kunzima kumabhakabhaka, inkinga ikuKhoza.

Sithumelele umbono wakhe ku-isizulu@news24.com

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C More sun than clouds. Mild. Pta: 17-30°C Tstorms late. More sun than clouds. Warm.
Jhb: 13-25°C Showers late. Broken clouds. Warm. Bloem: 15-31°C More sun than clouds. Warm.
Dbn: 17-23°C Decreasing cloudiness. Mild. PE: 17-25°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...