'UMqgumeni uzoshiya abaningi beshayana'

2012-02-06 16:30
Yabelani Shicilela

Cape Town – Emuva kokuboshwa ko mlisa othi ungumculi owashona ngo-2009, uKwakhe "Mgqumeni" Khumalo, sicele imibono yabafundi bethu ngaloludaba.

UCyprian Zibane uthi: Cha insambatheka le futhi kusobala ukuth lomlisa usazoshiya abaningi beshayana ngamakhanda.

Makunje kungenzeka noma yini mangabe lomlisa onguMgqumeni "mbumbulu" ezoziveza emphakathini. Ngaleyondlela mina ngibona umphakathi ungaqale wahlulele lomlisa bethi usenga ezimithiyo noma bethi ufuna ukuzodla imali.

Ngifisa ukwazi umangabe lobuchwepheshe be-DNA iqinisekisa ukuthi nguyena uMgqumeni ngaleyondlela abantu bayokholelwa yini ukuth uvukile kwabafileyo.

Sithumele umbono wakho ku-isizulu@news24.com usitshele ukuthi wena ucabangani ngalolu daba.

"Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-21°C High level clouds. Mild. Pta: 13-24°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 11-18°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 5-22°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 17-24°C Haze. Mild. PE: 12-20°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...