Mhlampe ngingamyeka ongijolelayo - Umbono

2012-11-14 16:22

Cape Town - Umfundi wase-University of the North West uboshiwe mayelana necala lokugwaza abulale isoka lakhe, ngemuva kokuthola ukuthi limbhanqile.

Kuthiwa intombi ifice uJerick Mokgabi, 23, enenye intombi embhedeni.

Abafundi basho ukuthi bangenza njani uma kungenzeka bazithele entweni ethi ayifane nalena.

UNombuso Mpisane uthe: Mina ngingaphuma ngiyoshaywa umoya, ngemuva kwalokho ngicele ukwazi uma ngisathandwa ngoba kungenzeka ukuthi ubelingekile, bese ngiyamxolela.

empeleni batholakalaphi abantu abamsulwa ngoba nasencwadini engcwele imbala babekhona abantu abangathembekile.


UThandah Mangamahle Msomi uthe: Ngingayeka umuntu aqhubeke nobumnandi bakhe, ngingaphuma ngibashiye kanjalo.

UTho Mtimande
uthe: Kumele umutnu amukele, okunye akumele ufike ungabizwanga ngoba uzohlangana nezimbila zithutha.

Umuntu oyedwa usuke unenhlanhla, abantu abathembekile othandweni.

UBulelwa Parara Belekazi Mdindela uthe: Cha bantu lihle nje iqiniso mina ngingamulahla, uzongilethela ingculaza ngibhekile phela lomuntu.

Umuntu ojolayo akasoze ashintsha.


ULungile Nto Nkosi uthe: Angeke ngimbulale kodwa ngingakhala kugcine kudlulile.

UKhulumani Ndebele uthe: Mina engingakwenza ukumbonga ngokujngichithela isikhathi, lokho ngokwenza noma inhliziyio yibe iphukule.

UFikiswa Baai uthe: Mina ngeke ngimuyeke, ngingazijolela uma engibhaqa bese ngithi ngifundiswe uyena manje ikuphi inkinga ngoba ngenza into enhle naye ayenzayo bese kuthi lapho ezisola khona ethi masilungise mina ngimuyeke khona ezozwa ubuhlungu lobu angizwise bona.


Disclaimer: INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).







- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Morning clouds. Cool. Pta: 19-32°C More sun than clouds. Hot.
Jhb: 16-27°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 15-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-25°C Showers early. Morning clouds. Mild. PE: 18-23°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...