Kuhlawumbiselwa isikwati - Umbono
2012-11-05 12:28
Cape Town - UGordon Igesund kulindeleke ukuba amemezele
isikwati seBAfana Bafana esizobhekana neZambia koweNelson Mandela
Challenge ngoMsombuluko ntambama.
Abafundi bethu bathi bafisa zibondwe kanje:
Archie:Kehune,Josephs,Gaxa,Nthete,Masilela,Masenamela,Mathoho,Khumalo,Mabizela,Sangweni,Furman,Digkacoi,Letsholonyane,Modise,Mahlangu,Moon,Myeni,Tshabalala,Chabangu,Ndlovu,Rantie,Parker noSerero!
Sanele Ngwane: Khune,
Mathoho, Mashamaite, Yeye, Shabba, Lebese, Parker(Chiefs) Ntethe
(Celtics), Sangweni, Manyisa, (Pirates), Chabangu(Swallows),
Teko(Sundowns) nabanye-ke.
Njabulo Freeman: Kumele
anezezele ngala badlali: Lebese, Jali, Thuso Phala, Williams Ronwen,
Bacela...uMyeni aphume, ayeke la badlali alokhu ebalanda phesheya nalaba
elokhu ebancenga.
Steve Zakhele Mthethwa: Mina
ngibona kufanele enze ushintso emuva ikakhulukazi ngoBongani Khumalo bese
eyeka ukuyoncengana nabantu abangathande kudlalela iBafana Bafana.
- “Like”
ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela
IzindabaNews24 kuTwitter
Disclaimer: INews24 iqhakambisa ukukhuluma
ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi
imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.
- News24