Iyaqhubeka imilayezo kaMandela

2012-07-18 12:03

Cape Town - Abafundi bayaqhubeka nokufisela ubaba wezwe uNelson Rholihlahla Mandela usuku oluhle lokuzalwa njengoba ehlanganisa iminyaka engu-94, azalwa.

UNomveliso Mngwebi uthe: Usuku oluhle lokuzalwa kuweMadiba, uNkulunkulu akwandisele.

UMhlengi Mbhele
uthe: Happy birthday Tata, unwele olude.

UXolani Mazibuko uthe: Ngifisela uTata Madiba usuku oluhle, uNkulunkulu abe naye zikhathi zonke, siphila kahle nje yimisebenzi yakhe.

USbonwizo Mlaba
uthe: Halala Madiba, usuku lokuzlwa oluhle kuwe.

USamora Bikwani
uthe: Uyinkunzi Mandela, bonke abathathi lutho kuwe.


Disclaimer: INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).



- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Phawula kulolu daba
2 izimpawulo
Faka ukuphawula kwakho
Phawula 0 izinhlamvu esezisele
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Mostly sunny. Cool. Pta: 16-32°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 13-27°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 16-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-28°C More sun than clouds. Warm. PE: 16-22°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...