Ayithembisi iBafana Bafana - Umbono
2012-12-18 14:31
Cape Town - Umqeqeshi weqembu laseMalawi uKinnah Phiri
umemezele isikwati esizogadulisana neBafana Bafana ngoDisemba 22
emdlalweni wesihle eThekwini.
Isikwati simi kanje:
Onozinti: Simplex Nthala, Charles Swini
Abadlali basemuva: Limbikani Mzava, James Sangala, Foster Namwela, Harry Nyirenda, Moses Chavula, Lanjesi and Steven Chagoma
Abasesiwini: Robert Ng’ambi, Masiye, Joseph Kamwendo, Micium Mhone, Chimango Kayira, Dave Banda, Frank Banda.
Abagadli: Atusaye Nyondo, Mkanda, Gabadinho Mhango, Chiukepo Msowoya.
Abafundi bethu bathi kuzoba ngumqansa ukuthi iBafana yenze kahle.
Phiwe Mhlongo - IMalawi
iqembu elincane kakhulu ukuthi ungalindela umphumele ongavuna bona
kuBafana, iBafana ibize iqembu eliqinile futhi elinenqwaba yabadlali
abadlala nsuku zonke emaqenjini abo.
Menzi Mabaso - Asazi ngoba iBafana idonsa ngodizili nje.
Bongumusa Langa - Njengoba umqeqeshi weBafana Bafana esafunda abadlali kungenzeka noma yini nenduku singayithola. Kungaba kuhle ukuthi siwine.
- “Like”
ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho
- Landela
IzindabaNews24 kuTwitter
Disclaimer: INews24 iqhakambisa ukukhuluma
ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi
imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.
- News24