Amagama afanele usana lwasebukhosini

2013-07-24 12:02

Cape Town - Ilokhu iqhubekile nokungena imiyalezo yokuhalalisela iNkosana yaseBrithani uWilliam nowakwakhe uKate kulandela ukufika kwezibulo labo emhlabeni.

INkosana ezelwe alikaziwa igama layo.

Sibuze abafundi bezindaba News24, ukuthi yiliphi igama elifanele usana lwasebukhosini.

Bayaphendula:

USlindile Tshabala
uthe: ULethokuhle

USandile Pops Shangase uthe: Lihle elikaPrince Bhekamangisi

UNcebakazi Nondayi
uthe: Kungakuhle bamethe bathi nguGugu

UNokuthula Noks uthe: Mina ngithanda elikaBenjamin

UNuteeh Moloi uthe: Lingamfanela elikaKhulubuse noma elikaMaqhawe

URT Luthuli uthe: UNsizwaziphelele

UStheh Mchunu
uthe: Abamqambe bathi yiGuptaslasebukhosini.

UVusi Phungula Mavuka uthe: Akaqanjwe ngelika baba wakhe abe nguWilliam 2

UDumisani Gubhela Mkhize uthe: Bengingathi uNdumezulu

UBusi Khwela uthe: Ngiyalithanda elikaNkosenhle


Bheka Izindaba News24, ubone ukuthi abanye batheni.



Disclaimer: INews24 iqhakambisa ukukhuluma ngokukhululeka nokuzwakaliswa kwemibono eyahlukene. Lokho kuchaza ukuthi imibono yababhali bezingosi eshicilelwe kuNews24, akuyona imibono yeNews24.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).








- News24

Phawula kulolu daba
0 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-19°C Sunny. Mild. Pta: 15-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-29°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 11-26°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 15-17°C Scattered showers. More clouds than sun. Cool. PE: 13-16°C Mostly sunny. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...