Abasoze bamkhohlwa uMgqumeni

2013-12-24 11:56

Cape Town - "Wangenza wangihlukanisa naye ngiyamkhumbula...ubek'angithinte lana angenze ngijabule usthandwa sami"

Kuphela iminyaka emine lwalala uqubhu lwamanzi angcolile lakubhukuda khona zonke ingulube, uKhulekani Kwakhe Khumalo, owayaziwa kakhulu ngelikaMgqumeni.

Igama likaMgqumeni alisoze lalibaleka ngenxa yokuba yigagu kwakhe kanjalo nangendaba enkulu kaSbusiso Gcabashe owaqamba amanga wazibiza ngaye, ethi uvuke ekufeni.

Sibuze abafundi bethu kanje:

Ngabe inhliziyo usuwayixolisa ngokudlula kwakhe emhlabeni?

Yini omkhumbula kakhulu ngayo?

Bayaphawula:

USphesihle Mnguni uthe: Kusanzima ukwamukela ukuthi yisekho "iNkosi yoMaskandi".

USifiso M Siwela uthe: "Ngizothumela iSMS".

UNokuthula Zulu
uthe: "Zishaya ushindindi uma zingibona ziyangishalazela bangiloyile na? Ngisize thongalami."

USthembiso Nene uthe: "Nhliziyo yami ubuye ungidide usuke uyithathe ngegugu nento encane engasilutho"

UThubah Mvelasir uthe: "Hhayi bo musukungizonda ngoba angilazi icala lami."

USbo Fowh Heaven uthe: "Bengithi umntanakho ngizomulobola mama, uhlulekile ukuzikhethela indoda yakhe"!

Kusenzima ukwamukela ukuhamba kweBhova ngoba abaculi abakhona abayikhiphi leyanto eyayikhishwa yilo, neyangenza ngathanda umaskandi.


Bheka Izindaba News24, ubone ukuthi abanye batheni.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).



- News 24

Phawula kulolu daba
4 izimpawulo
Kuvaliwe ukuphawula kulolu daba.
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C Scattered showers. Partly cloudy. Cool. Pta: 18-29°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-23°C Morning clouds. Mild. Bloem: 12-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 18-24°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-21°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...