izindaba zami

Akusizi muntu ukuzixaka uzixukuze

2013-05-16 11:19

Uma kuwukuthi ebusuku uyaqwasha inhliziyo ishaye kancane ngoba ucabangana nezingane ezigcwele umhlaba ezilambile, uyazixaka futhi ungagcina unokhwantalala, kubhala uNtombizenele Mtshali.

Akaphumele obala uZuma ngolwakwaGupta

2013-05-14 11:14

Sekukhulunywe kakhulu ngodaba lomndeni wakwaGupta, ongundabamlonyeni noselusihlukanise phakathi siyizakhamizi. Sekumele umengameli aphumele obala, kukhalaza uSandile Khathi.

Uthando lungumanqoba - Abafundi

2013-05-17 16:28

Sakhula kuthiwa-Opposite Attracts, okusho ukuthi izinhlaka ezingafani yizona ezisebenzelana kangcono, ngabe ngempela ukuthandana nomuntu ohlukile kunawe kuyasiza?

Baphawula ngoluthinta u-RDS

2013-05-15 16:08

Abalandeli be-Orlando Pirates kumele bathele phansi umoya bamukele ukuthi akayi ndawo umqeqeshi uRoger de Sa, kusho umthombo ongaphakathi eqenjini.

Ayenzi okwanele iFIFA - Imibono yabafundi

2013-05-14 13:47

Ngikhathazekile ngezinto esizibona zenzeka ebholeni lomhlaba, amazwe afana noRussia, Italy kanye neTurkey asabandlulula abadlali abansundu.

Siyabakhumbula omama bethu abangasekho

2013-05-13 16:36

Umama ngumuntu ekuthi uma kubonakala kukhona izingcwezu zikaphaya ezanele abantu abane, ekubeni kukhona abantu abahlanu, amemeze kuqala athi yena akawuthandi uphaya.

Simkhumbula kanje....uMalema - Abafundi

2013-05-09 16:38

Umuzi womholi we-ANC Youth League owaxoshwa uJulius Malema, usuthengiswe ngo-R5.9 million, imali ekuthengwe ngayo umuzi izokhokhela abakwaSARS, njengoba ekweleta intela.

Iyacasula lento---- - Abafundi

2013-05-06 16:20

Uyacasula umuntu ofike athi usuthi uma nisezitolo zokudla, kuthi uma usuthenge ukudla kwakho wedwa, usina uzibethela, bese elokhu encoma, ekhombisa ukuhala.

Akuhlale kumnandi ukuba muhle

2013-05-03 13:07

U-Omar Borkan Al Gala, ongowokuzalwa e-United Arab Emirates, usanda kuxoshwa eSaudi Arabia ngoba kukhalwa ngokuthi muhle kakhulu.

Lunendawo yalo ucansi - Umbono

2013-04-29 14:51

UMfundisi uXolani Nzama 38, webandla eliseLovu, uhlambalaze umkakhe uBavumile Mnguni, 39, emala phambi kwebandla, ethi akasamthandi futhi akamanelisi ocansini.

Baphuwula ngokuhlangana kukaKhenyeza no-Ertugral

2013-04-26 10:01

Umqeqeshi uMuhsin "Mshini" Ertugral usebuyele eqenjini i-Ajax Cape Town, kanti kwaziwa ukuthi akanabo ubudlelwano obuhle noMabhuti Khenyeza

 

 

Halala Bafana basePhefeni

2013-05-16 16:17

Isikhulu esiphezulu kwiPremier Soccer League, uCambridge Mokanyane, usehalalisele oshampeni besizini ka-2012/13, iKaizer Chiefs.

Ukhishwe esephakathi kwindiza obecula

2013-05-14 16:28

Owesifazane waseMelika, wehliswe kwindizamshini ngemuva kokudaza inkani ecula iculo likaWhitney Houston elithi I Will Always Love You.

Umama wuhlobo lomuntu oluhlukile ebantwini

2013-05-09 13:31

Zimi ngomumo izinhlelo zokuthi abantu bayothi "ngiyabonga mama, ngiyakuthanda mama, bengagcini nje ngokusho ngomlomo kodwa besho nangezipho, kubhala uNtobizenele Mtshali.

Baphawula ngenkulumo kaSbusiso Dlomo

2013-05-10 16:08

USbusiso Dlomo ukhulume ngoDineo wathi ayisekho indaba sekwasala amanxiwa, okusho ukuthi ubuntombazane obabukhona kuye abusekho sebaphela nya.

Akuwona umdlalo ukuthandiswa - Imbokodo

2013-05-07 16:27

Umuntu okhulelwe uba nemikhuba ethi ayifane nowesifazane ozoya ezinsukwini zakhe, umehluko ngokhulelwe wukuthi lolo shintsho oluba khona ludonsa isikhathi eside.

Awasithandi amadoda

2013-05-02 11:56

Ngiwuhlobo lolu umyeni wami angaya nalo enkundleni yezemidlalo sithokozele umdlalo weBhakabhaka uze uphele, kuthi uma sibuyela endlini ngimgaye ngezinto zakhona, kufunga uNtombizenele Mtshali.

Bathi inkulu indaba esezwini lomuntu

2013-04-30 16:24

Kuthiwa abantu besifazane bazisondeza kakhulu kubantu besilisa abanamazwi apholile, anokubhesabhesa, nokho azwakalayo ukuthi anobudoda phakathi.

Baphawula ngoSuku lweNkululeko

2013-04-29 14:51

Unyaka ka-2013 unyaka ka-19 izwe laseNingizimu Afrika lathola iNkululeko, uMengameli wezwe uJacob Zuma wethule inkulumo yakhe ebhekiswe esizweni, eseGoli.

'Akushiywa sikhala sokuphoxeka uma usothandweni'

2013-04-24 16:30

Ungenza ngizizwe ngifisa ukumnika konke enginakho emhlabeni, ngifisa ukuba umama wabantwana bakhe, ngibe owesifazane othembekile noqotho.

 
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-23°C Sunny. Mild. Pta: 10-19°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 8-15°C More sun than clouds. Cool. Bloem: 9-20°C More sun than clouds. Mild.
Dbn: 14-23°C Sunny. Mild. PE: 12-24°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...