Ziyawushaya maduze kuBlack Coffee

2016-12-13 19:31

Johannesburg - Ziyawushaya kuDJ wodumo kuleli uBlack Coffee ogama lakhe lokuzalwa nguNathi Maphumulo nenkosikazi yakhe engumlingisi u-Enhle Mlotshwa.

Kulindeleke ukuba bashade umshado omhlophe ekuqaleni konyaka ozayo ngoJanuwari 2017.

OLUNYE UDABA:Uyashada oweMalini

Lokhu kuza ngemuva kokuba uDJ Fresh osakaza ku-5FM edalule lezi zindaba ezinhle ohlelweni lwakhe lwasekuseni, ememezela ngalo mshado. Nokho akazange acacise ngokuthi uzobanjelwa kuphi.

Lezi zithandani sezineminyaka emine zashada owesintu kanti manje sekuzwakale ukuthi seziwulungele omhlophe.

Thola udaba oluphele kuDrum.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-24°C Sunny. Mild. Pta: 12-22°C Morning clouds. Mild.
Jhb: 9-19°C Morning clouds. Mild. Bloem: 6-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-19°C Scattered showers. Afternoon clouds. Cool. PE: 16-21°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...