Ziyawushaya maduze koweSkeem Saam

2017-04-04 19:31

Johannesburg - Ezinsukwini ezimbalwa ezedlule, lowo odlala emdlalweni kamabonakude iSkeem Saam ophinde abengumethuli wezinhlelo kumabonakude, uBuhle Maseko, udalule izindaba ezinhle enkundleni yezokuxhumana.

Lo mlingisi usabalalise izithombe nama-video ku-Instagram eveza ukuthi uzoshadelwa maduze yintombi yakhe yeminyaka, uTsholo Lolwayne.

OLUNYE UDABA: Ziyawushaya maduze kumdlali we-Orlando Pirates

UMaseko  udlala indawo kaNimrod Kunutu ku-SABC1 kulo mdlalo otshengiswa phakathi nezinsuku ngo-18:30.

ISITHOMBE:

Buhle Boogy M Maseko suits

 Guess which Skeem Saam actor this beauty is getting married to?

- Zalebs

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-19°C Sunny. Mild. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-20°C Sunny. Mild. Bloem: 3-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-22°C Scattered tstorms late. Partly cloudy. Cool. PE: 10-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...