Uzofundisa ngokwethula izinhlelo uQueen B

2017-03-04 10:03

Johannesburg - Abethuli bezinhlelo ababili kuleli, uBonang "Queen B" Matheba noZizo Tshwete, bazo fundisa isifundo sokwethula izinhlelo kumabonakude esizoba e-On Cue Interface Talent eGoli kusukela ngomhlaka-11 Mashi.

Lesi sifundo sizofundwa amasonto ayisikhombisa. Ikilasi lokugcina lizoba ngomhlaka-14 Ephreli.

OLUNYE UDABA: UBonang uphe abafundi abangu-10 imifundaze

Amakilasi azobanjelwa emahhovisi akwa-On Cue Interface Talent, eNorthview Shopping Centre.

IThe Juice ikhulume noBafana e-On Cue Interface Talent uthe ikilasi likaBonang lizoqala ngomhlaka-1 Ephreli.

Lezi zifundo ze-presenting zibiza imali engu-R7 500.

- Twitter:

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- Channel24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-20°C Mostly sunny. Cool. Pta: 14-28°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 11-23°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 8-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-27°C More sun than clouds. Warm. PE: 16-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...