Uzithengele isipho seValentine umrepha

2017-02-15 16:01

Johannebsurg - Omunye womrepha bakuleli besifazane, uNadia Nakai, uzithengele isipho sikanokusho sangosuku lwezithandani, i-Valentine's Day.

Lo mrepha uzithengele imoto yohlobo lwe-Audi emhlophe entsha sha.

OLUNYE UDABA:Bafinyisane igazi o-Sugar Mama abathengelwe amaphenti afanayo

UNadia ufake isithombe sesipho azithengele sona enkundleni yezokuxhumana i-Instagram.

ISITHOMBE: 

Valentine's Day gift to myself! ?? #SoHappy #GodHasMyBack #BlessYourself #GirlsWithAudi's

A post shared by BRAGGA (@nadianakai) on

 - Daily Sun

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 

- Daily Sun

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-23°C Partly cloudy. Mild. Pta: 18-32°C Mostly sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 18-28°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 16-28°C Rain late. Mostly cloudy. Warm.
Dbn: 21-27°C Mostly cloudy. Warm. PE: 20-26°C Showers late. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...