USomG uthembisene umshado nesinqandamathe sakhe

2018-03-19 14:00

Johannesburg - Umethuli wezinhlelo kumabonakude ophinde abengumsakazi kuMetro FM, uSomizi Mhlongo, uqinisekise ukuthembisana umshado nesoka lakhe uMohale Motaung eParis lapho abavakashele khona.

USomGaga uthe bebeme phezu kwebhulohwe eligcwele izingidi zezithandani befulathele i-Eiffel Tower.

OLUNYE UDABA:Uthenge izimoto ezintsha ceke ngesonto elilodwa uSomizi

Lesi sihlabani sakuleli sifake uhide lwezithombe namavideo sinesithandwa saso uMohale enkundleni yezokuxhumana i-Instagram, betshengisa izindandatho zabo.

USomizi uphinde wacacisa ukuthi akafuni ukuhlala isikhathi eside bethembisene umshado futhi usekulungele ukushadelwa maduze.

 - INSTAGRAM:

It’s a Big YESSSSS. it’s a golden ticket. #MCM #MCE

A post shared by Somizi (@somizi) on

My bestie @mohale_77 life is sweeter with u by my side

A post shared by Somizi (@somizi) on

Locked.

A post shared by Somizi (@somizi) on

Being in the moment. With my buddy who just happen to be my lover. @mohale_77

A post shared by Somizi (@somizi) on

Locked on Paris ?? #punny

A post shared by ?sh???? (@ash_hodginss) on

 - iol


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-19°C Sunny. Mild. Pta: 16-24°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 12-21°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 6-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-22°C a few tstorms. Morning clouds. Mild. PE: 12-21°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...