Usinde engozini enyantisayo umrepha wodumo

2016-07-11 16:02

Johannesburg - Umrepha uNasty C uphume engenanxeba engozini enyantisa igazi ngoLwesihlanu, kubika iSunday World.

Ngokwemibiko ye-TMG Emtertainment, lo mrepha ubehamba ngakumgwaqo iBeyers Naude nabanye ozakwabo ngesikhathi imoto iginqika.

OLUNYE UDABA: OwePirates ubekwe icala kulandela ingozi yemoto

“Akakwazanga ukuya kweminye imicimbi abehlelelwe ukuya kuyona ngoLwesihlanu ngenxa yalesi sehlakalo.

"Bakwazile ukubonana nodokotela ngoMgqibelo kanti futhi uNasty C ukwazile ukusebenza ngeSonto,”kusho umphathi wakhe.

Ngenhlanhla akekho olimalile kanti imoto yona ngeke isalunga.

(isithombe ku-Instagram kaNasty C)

We made it out without a scratch. Thank you God.

A photo posted by BAD HAIR (@nasty_csa) on

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Sunny. Mild. Pta: 17-27°C Heavy rain. Morning clouds. Warm.
Jhb: 14-21°C Heavy rain. Decreasing cloudiness. Mild. Bloem: 9-27°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-22°C Rain late. Mostly cloudy. Cool. PE: 12-19°C a few showers. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...