USimphiwe Ngema udalule akufisayo ngosuku lwakhe lokuzalwa

2017-08-29 11:06

Johannesburg - Umlingisi wakuleli, uSimphiwe Ngema, ubhale enkundleni yezokuxhumana okokuqala ngqa selokhu kwadlula umyeni wakhe emhlabeni, uDumi Masilela, ekuqaleni kwenyanga u-Agasti.

USimphiwe ugubha usuku lwakhe lokuzalwa namuhla  kanti udalule ukuthi akufisayo nje osukwini lwakhe ukuzwa umyeni wakhe ongasekho emhlabeni emkhuthaza.

OLUNYE UDABA:Owayelingisa kuMuvhango uqinisekise awokushada

Ufake kabusha isithombe sikaDumi esihambisana nombhalo ohlaba umxhwele, wabe esebhala ukuthi:"Engikufunayo osukwini lwami lokuzalwa ukuzwa izwi lakho lithi ngiyigolide ngoba ngiyashisa bhe!"

 - ISITHOMBE:

All I want for my birthday is to hear you say I'm gold because I am burning!!!??????

A post shared by Simphiwe Ngema (@simzngema) on

 - Drum

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-14°C Mostly sunny. Cool. Pta: 15-28°C Showery. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 12-22°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 4-17°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 14-18°C Showery. More clouds than sun. Cool. PE: 12-18°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...